Izahluko

  1. 1
  2. 2
  3. 3
  4. 4
  5. 5
  6. 6
  7. 7
  8. 8
  9. 9
  10. 10
  11. 11
  12. 12
  13. 13
  14. 14
  15. 15
  16. 16
  17. 17
  18. 18
  19. 19
  20. 20
  21. 21
  22. 22
  23. 23
  24. 24
  25. 25
  26. 26
  27. 27
  28. 28
  29. 29
  30. 30
  31. 31
  32. 32
  33. 33
  34. 34
  35. 35
  36. 36
  37. 37
  38. 38
  39. 39
  40. 40
  41. 41
  42. 42

Itestamente Elidala

Itestamente Elisha

Ujobe 25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Inkulumo yesithathu kaBilidadi: akukho okuhlambulukile emehlweni kaNkulunkulu

1. Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi:

2. “Ukubusa nokwesabeka kukuyeowenza ukuthula ezindaweni zakhe eziphakemeyo.

3. Ukhona yini ongabala izimpi zakhe,nokukhanya kwakhe akuphumeli bani na?

4. Pho, umuntu angalunga kanjani kuNkulunkulu,nozelwe ngowesifazane angahlambuluka kanjani, na?

5. Bheka, nenyanga ayinankazimulo,nezinkanyezi azihlambulukile emehlweni akhe.

6. Pho, kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu,nendodana yomuntu eyisibungu, na?”